UFikile Mlomo ejabulela ukuhamba futhi

Ngemuva kwezinyanga ezintathu engakwazi ukuhamba wangeniswa esibhedlela, isihlabani somculo we-gospel, uFikile Mlomo, usekwazi nokuhamba futhi waze waphuma esibhedlela Inkosi Albert Luthuli Central eThekwini ngoMsombuluko, 13 May.

Umsolwa oneminyaka engu-42 ubudala waseLindelani, enyakatho yeTheku uhlinzwe ngempumelelo umgogodla wakhe ngoLwesihlanu, 3 February wabe esefaka i-video yakhe ephuma esibhedlela.

Ubonge kakhulu uThinah Zungu noBI Phakathi abamenzele khona.


Discover more from IBUNDA NEWS

Subscribe to get the latest posts sent to your email.