Amahlebezi akamuva avela kuKaizer Chiefs, Orlando Pirates, Mamelodi Sundowns kanye nawo wonke amaqembu ePSL mayelana ngokushintshana ngabadlali....
Sidlabezi Gumede
Umqeqeshi waseNingizimu Afrika ohlonishwayo uPitso Mosimane uthi iMamelodi Sundowns isiyinkulu kuneKaizer Chiefs ne-Orlando Pirates. ISundowns ikhulise amandla...
IMamelodi Sundowns isisondele esigabeni somkhumulajezi seCAF Champions League ngemuva kokukhipha ama-Pyramids lokhu osekuyenze yaphinde yaqhwakela kuGroup A...
Owesilisa oneminyaka eko-30 ubudala ulimale kanzima ngemuva kokuhlaselwa ngesikhathi ecela ukuthenga kumsebenzi wocansi enkabeni yedolobha laseVerulam –...
Isela lethusi libe nesibindi sokubuyela endaweni liyontshontsha amanye amapayipi labe selibanjwa ngokushesha eMorningside, eThekwini. Lesisigilamkhuba sibanjwe onagada...
Umuntu oyedwa ulimale kanzima kwathi abathathu bathole imihuzuko ngemuva kokuba imoto ishayisa udonga kuVincent Dickenson Road eCanelands...
Umculi ongasekho uZahara akakangcwatshwa okwamanje, kodwa sekukhona izinkinga emndeni. Lo mculi wodumo bebethembisane umshado nendoda yakhe, uMpho...
Ngemuva kweminyaka eyisithupha behlukene, uLucille, owayengunkosikazi kaTrevor Gumbi, usanda kushada kabusha usomabhizinisi u-Eddie Dandara. Wonke umgubho wehlela...
Amaqembu ebhola lase eMsinga azoyititiliza imali ku Lenge Annual Tournament, lemidlalo iqembu iminyaka engu 44 yabakhona kusukela...
Bekuyinjabulo yodwa njengoba uMhlonishwa uMeya uCllr Dr FJ Sikhakhane ,uSekela Meya uCllr TB Mabhatha,uSomlomo woMkhandlu uCllr S.G...
