I-ANC eKZN, amadlelandawonye nazo zonke izinhlaka zayo zibize isithangami sabezindaba eThekwini lapho kuzodingidwa khona udaba lobenguMengameli wezwe...
Sidlabezi Gumede
Usaziwayo osemusha okukhulunywa ngaye kakhulu eNingizimu Afrika, uSkomota wenze umdlalo wempilo yonke kuMaphungubwe Arts Festival ePolokwane Cricket...
I-State Information Technology Agency (Sita) ibhekene nezinkinga ngemiswe ukuthi imanenja ezimbili zisemsebenzini ngenxa yesamba sethenda ka-R1 bhiliyoni...
Usheshe wafika uKhisimusi emphakathini waseHlathi Dam, eNquthu uMeya kaMasipala wesiFunda uMzinyathi uMhlonishwa Ald PMS Ngubane ethula uhlelo...
Ibe ngenkulu impumelelo imbizo yabalimi ebihlelwe uMasipala wesiFunda uMzinyathi ngokubambisana nomlimi wesifazane odume ngokuthi unguBrahmanLady ogama lakhe...
Sekunezinkomba ezibukeka ziwukuhlasela umkhandlu kucekelwa phansi inqalasizinda yamanzi. Umasipala wesifunda usebenza ngokuzikhandla ukuletha intuthuko ukuze umphakathi uhlinzekwe...
Lamazwi ashiwo iMeya ehloniphekile yoMkhandlu waseMsinga Cllr Dr FJ Sikhakhane ngesikhathi eyodlulisela ngokusemthethweni injini ephampa amanzi kwa...
Mhlei kanye nabafundi be IBUNDA IZINDABA, ngiyabingelela. Ngithi nami ngicela ukusika kwelijikayo ngengukubona sekucacele ngisho ingane esanda...
Njalo ngosuku olwandulela uKhisimusi, umphakathi waseMsinga e-KZN, uyahlangana uzobungaza ukubuya ephephile kwabasenza ezindaweni ezikude ezifana nase Goli....
Hhayi-ke asihambe siye khona ngoba ufuna siye khona. Phela, uMkhonto weSizwe kanye ne-Economic Freedom Fighters zombili zibalulekile...
