Ubona inkani kuRhulani uBroos

Umqeqeshi weBafana Bafana, osanda kubuya nendondo yethusi, uHugo Brooks ubona ukuthi Rhulani Mokoena uzenza into angayona njengoba ezenza Jose Morinho no Pepe Gaudiola. URhulani Mokeana usemncane kakhulu kodwa manje uzibona engumqeqeshi omkhulu ku Dstv Premiership.

Kusamele afunde umsebenzi wakhe nendlela yomsebenzi wokuqeqesha ebholeni lase emhlabeni. Sekugqamile ukuthi uHugo Broos no Rhulani Mokoena abahoshelani nhlobo, njengoba bahlala ngokugxekana njalo.

UHugo Brooks ongumqeqeshi we Bafana Bafana ukhombisa ukungadonselani nabaqeqeshi abaningi ku Dstv Premiership, kepha bakhona abamsekayo abafana no Eric Tinkler, Benni MaCcathy, Pitso Mosimane, Steve Khompela, Steve Barker. Manqoba Mgqithi. bayameseka lomqeqeshi, osandokubuya nendondo yethusi ku African Cup of Nations ezweni lase Ivory Coast. njengoba iqembu le Bafana Bafana lithole indawo yesithathu.


Discover more from IBUNDA NEWS

Subscribe to get the latest posts sent to your email.