IBafana Bafana ne Angola bathwele amathemba asenzansi ne Africa

UMokoena ukholwa ukuthi njemanje babheke ekunqobeni African Cup of Nations, leliqembu le Bafana Bafana lizodlala umdlalo womkhumulajezi ngomgqibelo ne Cape Verde. Lomdlalo ubhekwe ngamehlo abomvu ngabathandi bezemidlalo base Ningizimu Africa ne Africa yonkana ikakhulukazi esenzansi. Khona manjalo ukhona omunye umdlalo osemqoka phakathi kwe Nigeria ne Angola, lemidlalo izohlaba hlosa njengoba lamazwe amabili aqhamuka ngenzensi ne Africa.

Athatheka kancane kakhulu ku Nigeria yona enabadlali abanamagama amakhulu ebhola lomhlaba. I-Angola liqembu eliyiqale kahle lemidlalo,jjengoba lingakaze lihlulwe emdlalweni yalo yamaqoqo.


Discover more from IBUNDA NEWS

Subscribe to get the latest posts sent to your email.