
Abantu abaxwaye ukuthi bangadli esithebeni somndeni bengahlambulikile ngoba lokho kusho ukudla lubi, kumele baqale bahlambuluke kuqala baphinde bathelelane amanzi. Lawa ngamazwi kaMkhulu Cebekhulu wempepho ka Qhithi Ndlovu okuyizinyanga ezihlangene. Imndeni emningi lapha iphelile ukudla lubi njengoba igcina ingasezwani noma inukane ngenxa yokuthi obabamkhulu noma abazali babexabene bengangenelani , kudala intuthuko enisisi esehlisa unyembezi lwesinkwe, ngenxa yokuthi abanye abalungelwa yilutho. noma behamba beyophenya kwabahlolayo bafike bakuthole ukuthi kwakuxabene abathile, kodwa kumele baxazuluke kuqala, lapho kusuke kubophene izinkinga, ngokujwayelekile wukuthi abantu abasha emndenini basuke bengenalo ulwazi olunzulu kakhulu lokuxazulula lesimo, abanye abanaki nhlobo ukuthi kwenzekalani, umndeni ugcina ufa uphela ngenxa yalesimo
Discover more from IBUNDA NEWS
Subscribe to get the latest posts sent to your email.
