Ikhansela leANC ku-Ward 60 endaweni yaseMahlabathini (Verulam) kumasipala weseThekwini, uKhansela Fakazi Mdletshe uhluleke ngisho ukuzibamba ngenjabulo abenayo...
Izindaba
UHlaniphani Sihlabani Ngubane ongusekela kathisha nhloko wase Nwabi High school eNgonyameni, uqophe umlando ngokuthuthukisa umkhamkha wezibalo ne...
INkantolo eNkulu yaseMpumalanga neGoli isinqume ukuthi ukucishwa kukagesi kuhlukumeza amalungelo abantu, yaphinde yayalela ungqongqoshe kagesi uKgosientsho Ramokgopa...
I-IEC itshele iqembu eliholwa nguBhungu Gwala, i-Abantu Batho Congress ukuthi umengameli weqembu owaziwa ngokusemthethweni nguPhilani Mavundla kuphela....
Inkampani ephehla ugesi u-Eskom isikuqinisekisile ukuthi ayikaze ilungise ukucishwa kwezikweletu zikagesi. Isitatimende sika-Eskom, siza ngemuva kwezinsuku ezimbalwa...
Isikhwama se-Road Accident Fund (RAF) sithe sikwazile ngempumelelo ukumisa izicelo zomgunyathi ezingaphezu kuka-R2.6 billion ebezikhokhwa kule minyaka...
Umphakathi waseNingizimu Afrika ushaqekile kulandela ukushona obekungalindelekile kukaJeffrey Zikhali, owayengumethuli wezinhlelo kumabonakude ohlonishwayo futhi ongumkhulumeli kahulumeni. Isidumbu...
UMnyango wezokuThutha uthe bangaphezu kuka-1 000 abanikazi bezimoto asebebhalisele izinombolo ezintsha emini ngoLwesihlanu. Uhlelo olusha lwezinombolo zelayisensi...
UMASIPALA waseBuffalo City (BCM) usufuna osonkontileka bomklamo ongasebhishi lase-East London odle u-R87 million balethe umbiko ochaza kabanzi...
UPrasa usukhiphe isitatimende ngesitimela iShosholoza Mely ukuthi bayayibuyisa njengoba kade besayimisile ngonyaka ka 2021, lesitimela sihambela amadolobha...
