Sekuqubuke ukushuba kwesimo phakathi kweNdlunkulu kaZulu kanye ne-African National Congress (ANC)esifundazweni saKwaZulu-Natal, njengoba sekunezimfuno zokuthi kuxoliswe ngokusemthethweni....
IBUNDA IZINDABA
UThulani Mbenge uqonda kabanzi ngobumqoka bokuthi kumele bazinqobe izimpi zabo noThabiso Mchunu kumnyama kubomvu. UMbenge uzokhiphana amangwevu...
Abadlali beqembu AmaZulu FC bazokwehliselwa imiholo maduze ngokusho komthombo ongaphakathi eqenjini. USandile Zungu ongumengameli weqembu AmaZulu FC...
UThabiso “The Rock” Mchunu ubona inqayizivele yethuba elihle lokubuyela ekudlaleleni iWBC Silver. UMchunu ekhuluma uthi kuzoba mqoka...
Amaphoyisa aseSydenham, eThekwini, aphenya amacala amathathu okubulala ngemuva kokutholakala kwekhansela nabalisa ababili bonke abangamalungu e-Abantu Botho Congress...
INingizimu Afrika isidingise izizalwane zeZimbabwe ezingu-280 ebezigcinwe eLindela Repatriation Centre eKrugersdorp. Lesi senzo siza ngemuva kwesibalo esingadalulwanga...
Kuphinde kwagadla isigemegeme sodlame elebhekiswe kosomabhizinisi bakileli elokishini laseRatanda ngesikhathi umnikazi wesitolo samabhodlela, uFani Shabangu, eba yisisulu...
Eminyakeni yamuva nje, isifundazwe saseGauteng kanye neKwaZulu Natal sekuvele ukuthi izindawo ezishisa izikhotha ngokuthumba okubhekiswe emindenini edla...
Esehlakalweni sakamuva umsakazi odumile uLerato Kganyago ungene ezinkundleni zokuxhumana ekhuluma nowesilisa omhlukumezayo ethi unezingane naye. Lesi sigameko...
NgoMsombuluko, iNkantolo eNkulu yaseNorth Gauteng ePitoli ilalele imantshi uVivian Cronje owesule isitatimende sokuvuma icala kubasolwa ababili, uBongani...
