
Isigameko esibi senzeke eLetlabile block C ngaphandle kwasePitoli kubangwa isoka. Indodakazi igwaze umama wayo oyizalayo ngemuva kwezinsolo zokuthi ibhekane nendodakazi yayo ngoba isola ukuthi indodakazi yayo ilele noyise ongamzali.
Indodakazi kusolakala ukuthi yadonsa ummese yagwaza unina, uTebogo Tsatsi amahlandla amathathu entanyeni.
Kusolakala ukuthi indodakazi ibithandana nesoka likanina isikhathi eside kanti laba bobabili bebechitha isikhathi esihle ndawonye bengamnakile umama. Amaphoyisa asebophe indodakazi.
Discover more from IBUNDA NEWS
Subscribe to get the latest posts sent to your email.
