U-Adams uxolisile kuShabalala ngokumlimaza.

Ngu: Alfred Ngubane |

UJayden Adams ongumdlali we Mamelodi Sundowns FC ne Bafana Bafana uvakashele uMduduzi Shabalala esibhedlela eyombona njengoba alimala kuyena maphakathi nesonto eledlule ,u-Adamas ufike waxolisa ku Shabalala ngokumdlalisa kabi ,wamfisela ukululama ngokushesha

Abadlali abaningi bamaqembu adlala kuBetway Premiership League bamcomile Adams ngokuthi ayoxolisa ,UShabalala uzophuthwa yithuba lokudlala eNdebeni yomhlaba USA ,Mexico ,Canada ngoJune ngenxa yokulimala engalweni

Lomdlali kulindeleke ukuthi akhuze ibuya ngesizini ezayoKuzokhumbuleka ukuthi ngaphambilini zibekhona izigameko ezinjena lapho uBongani Zungu walimaza kabuhlungu uBenard Parker kodwa wangaxolisa lokho kwaphatha abadlali be PSL kambi nabakubiza ngenhloso ukulimaza uParker


Discover more from IBUNDA NEWS

Subscribe to get the latest posts sent to your email.