
UXola Mlambo uthi abaqeqeshi abamhlophe abakwazi ukuqeqesha nhlobo kuleli futhi babulala amakhono abadlali abaningi bakuleli. “Umangabe ungumdlali odlala ibhola lakuleli lomjiko nokuphasa kubona uyabheda.” kusho lomdlali.
“Abaqali ngami ukwenza lento yokungichitha ngisho, u-Asanda Scara Ngobese waxoshwa ku Kaizer Chiefs no ISaacs Shakes Kungwane. Manje basidlalisa ibhola elingayi ndawo njengoba kumnyama kubadlali bakuleli. kumanje abadlali bethu abasakhoni ukudlala phesheya kwezilwandle.
Mangabe ubuka umdlalo womkhaya awusekho mnandi ngoba basuse lesithakho esithandwa ngabantu abamnyama.” ephetha.
About The Author
Discover more from IBUNDA NEWS
Subscribe to get the latest posts sent to your email.
