
“Ngijabule kakhulu ukubona uMengameli uJulius Malema. Ungumengameli wami engimthandayo ezweni.” lawo ngamazwi adluliswe ngumdlali weBafana Bafana, uTeboho Mokoena, ngesikhathi leliqembu lesizwe litheleka kuleli esikhumelweni sezindiza i-OR Tambo International Airport.
U-Teboho Mokoena ubonge uMongameli we-EFF emcimbini wokwamukela leli qembu esikhumulweni sezindiza i-OR Tambo International Airport, ngemuva kokuphuma kahle endaweni yesithathu nokuwina indondo yethusi ku-AFCON.
🔴HAPPENING NOW🔴 "I am very happy to see President Julius Malema. He is my favorite president in the country."
— Central News (@centralnewsza) February 14, 2024
Bafana Bafana player Teboho Mokoena acknowledges EFF President at the welcoming ceremony of the team at the O R Tambo International Airport, after their impressive… pic.twitter.com/TCivLXZHI0
Khonamanjalo uMongemeli we-EFF ubezifikele mathuba ukuzokwamukela iqembu lesizwe njengamaqhawe akwazi ukumela izwe futhi aliphakamisa nefulegi lezwe labo.
President Julius Malema has arrived at OR Tambo International Airport to welcome Bafana Bafana pic.twitter.com/sIswegzp0s
— Battalion 54 (@54Battalion) February 14, 2024
Discover more from IBUNDA NEWS
Subscribe to get the latest posts sent to your email.
