URhoo uxwayisa IBafana Bafana nge Cape Verde

Lucas Rhoo Radebe owayengukaputeni we Leeds United ne Bafana Bafana ukholwa ukuthi umdlalo we Bafana Bafana ne Cape Verde uzoba ngohlaba hlosile njengoba iqembu le Cape Verde linzima kakhulu.

Ngoba lihlala emuva liphume ngoba lihlasela njalo. kuzomele badlale ibhola lethu abadlali be Bafana Bafana. ngoba labadlali base Cape Verde banemizimba eqatha. bayazumisa mangabe bekhahlela njalo. umsebenzi wabadlali basemuva uzobamkhulu. ngoba kuzomele baqaphele kakhulu abagadli be Cape Verde. lamazwe asahlangane kahlanu njengoba adlale ngokulingana kanye. aphinda anqoba kabili womabili. lokho kwenza ukuthi umdlalo ubenzima kakhulu


Discover more from IBUNDA NEWS

Subscribe to get the latest posts sent to your email.