Umgadli ukhala ngobunzima ngemuva kokushiswa kwendlu yakhe

Umgadli weChippa United, uRodney Magalela, uveze ukuthi bekunzima kanjani ukubhekana nenhlekelele eyenzeke emasontweni amabili edlule, ngemuva kokushiswa kwendlu yakhe. URodney Magalela ukhala ngo Mike Maakab owayemenenja yakhe, ngashelwa ngumuzi wangqongqa waphela kodwa akazange angisize ngalutho, kunalokho wayengasalubambi ucingo lami ngoba nakhu ngehlelwe yinto embi.

URamagalela wayenenkontileka no Mike Maakab kodwa ukumnika usizo lutho, Rodney Magalela uthi namanje kuqhaqhamba inhliziyo yakhe, mangabe ecabanga ngomuzi wakhe owasha kungekho muntu phakathi, okungaqondakali ukuthi washiswa ngubani, Magalela waqala ukugqama kakhulu ebholeni elikhokhelwayo ku Black Leopard FC, wadlulela ku Mamelodi Sundowns FC, ngaphambi kokuthi adlalele iChippa United, ngomunye wabadlali abaqhama ngamagalelo abo enkundleni njengoba ubengumdlali ozimiselayo namagoli ewashaya kakhulu noma izinto zingamhambelanga kahle ku Mamelodi Sundowns FC.


Discover more from IBUNDA NEWS

Subscribe to get the latest posts sent to your email.