ISILILO kudlula emhlabeni izingane ezimbili ngenxa yokushisa

Usakude ukukhohlwa umndeni wakwa Shenge kulandela isigameko sezingane ezibone imoto endala engasasebenzi zahamba zayongena kuyona kuthe sezithi zifuna ukuphuma lutho imoto ayisavuleki zase zashonela khona lapho emotweni ngenxa yokuthi bese zingawutholi umoya njengoba namazinga okushisa ebekhuza phezulu. Lesigameko senzeke e-Hostela eMzimhlophe Ngokusho kuka Thule Buthelezi obesendaweni yesigameko.


Discover more from IBUNDA NEWS

Subscribe to get the latest posts sent to your email.