
Kuvulwe iwindi kubantu baseMnambithi KwaZulu-Natal ukuthi baveze imibono mayelana nokuqanjwa kabusha kwedolobha labo. Izakhamuzi kufanele zikhethe phakathi kwe-Ladysmith (igama lekoloni lamaNgisi) no-Mnambithi (igama lesiZulu). Kodwa-ke izakhamizi zisengaphakamisa elinye igama elizonika labo abafuna leli dolobha ukuthi liqanjwe ngoJoseph Shabalala.
UShabalala ungumsunguli we-globetrotting kanye neqembu lesicathamiya elidume umhlaba wonke elibizwa ngeLadysmith Black Mambazo elinezindebe ezihlonishwa umhlaba wonke kwezomculo, ama-Grammy Awards, elawawina izikhawu ezinhlanu kulandelana.
Our GRAMMY AWARDS were delivered to our management office, today, in USA. Nine members of the group so nine GRAMMY AWARDS.
— Ladysmith Black Mambazo (@therealmambazo) April 26, 2018
BEST WORLD MUSIC ALBUM 2017 for SHAKA ZULU REVISITED.
Our 5th GRAMMY. We are incredibly proud! pic.twitter.com/d72fJwE9uJ
About The Author
Discover more from IBUNDA NEWS
Subscribe to get the latest posts sent to your email.
