
Abahlali base Mkhondo eMpumalanga sebeqale umkhuba omubi kakhulu wokuzibulala ngomuthi wokubulala amagundane. Umama wezingane ezimbili uzibulale ngalomuthi, ngokuthola komthombo we IBunda izindaba, loMama wezingane uphuzise abantwana maqede waziphuzisa wona, baphuthunyiswe emtholampilo enye yezingane ayifikanga njengoba ishonele endleleni, enye yashonela khona, yena ushone ngemuva kwalezingane, abathengisi bomuthi bathi bona bawudayisela ukuthi kubulawe amagundane hhayi abantu bona abakwazi okwenziwa ngabantu. Khona manjalo ikhansela lendawo N Mthethwa ngibone ubuhlungu bukhulu usho ngesikhathi ezobhonga emswaneni
Discover more from IBUNDA NEWS
Subscribe to get the latest posts sent to your email.
