
IMeya yeTheku, uMnuz Mxolisi Kaunda kanye noSihlalo wekomiti lezokuBusa nokuThuthukiswa koMphakathi, uMnuz Nkosenhle Madlala namhlanje bavakashele eMlazi ukuyobheka ukuthi yini ethinta ukuhlinzekwa kwezidingongqangi. Batshele abahlomuli ngohlelo lokwakhiwa kwezindlu luka-R293 oluqalwe kabusha futhi kunezindlu ezikhiqizayo.
Discover more from IBUNDA NEWS
Subscribe to get the latest posts sent to your email.
