BUKA: Kuboshwe umlisa ozenza isisebenzi sase-Home Affairs e-Vryheid

Sekuboshwe umlisa mbumbulu ozenza umsebenzi woMnyango wezaseKhaya ebaqulwisini. Lomlisa obegwazisa abantu bokifika kuleli ngezitifiketi ezingombombayi, uzovela enkantolo yase-Vryheid kusasa. Kanti khona manjalo abasebenzi baka Hulumeni bacwilile enkohlakalweni. Inkohlakalo yezitifiketi zikaHulumeni idla lubi kulelizwe kanti kukholakala ukuthi iqala kubona inkohlakalo ihlanganise namalungu omphakathi angabahlobo babo. Abasebenzi bakahulumeni yibona abadala umonakalo omkhulu kulelizwe, ngoba maningi amacala alumbaniswa nokuthinteka kwabasebenzi.

@ibunda_za BUKA: Kuboshwe umlisa ozenza isisebenzi sase-Home Affairs e-Vryheid. #IbundaIzindaba #HomeAffairs #IbundaNews ♬ original sound – ibunda_za

Discover more from IBUNDA NEWS

Subscribe to get the latest posts sent to your email.