Usejoyine iqembu elisha uVusi Khoza

UVusi khoza usejoyine inhlangano entsha yezepolitiki i-Africa Unite Congress eholwa ngu Lizwi Mncwabe. UKhoza usanda kushiya inhlangano ye EFF njengoba ubengusihlalo wayo KwaZulu-Natal, ushiye lenhlangano ngenxa yongaboni ngasolinye nomengameli we EFF Julius Malema. UKhoza usanda kushiya angalazi ku Malema embiza ngondlovu kayiphikiswa, maningi amalungu enhlangano ye-EFF afudukile kwezinye izinhlangano, kanti uKhoza akaqali ukufuduka njengoba nangaphambilini washiya i-ANC. Lomholi ungomunye abangashiyi kahle ezinhlanganweni abasuka kuzona njengoba ushiya kukubi kakhulu lapho esuka khona,


Discover more from IBUNDA NEWS

Subscribe to get the latest posts sent to your email.