
Amalungu enhlangano yezepolitiki ACDP kade ephume ngobuningi namuhla ezothamela icala enkantolo yase eMpangeni njengoba abasolwa kade bevele enkantolo namuhla ngecala lokubulala. UJohn Mnyaka owayekhansela nomfundisi waleli bandla uvele enkantolo ngalesenzo esashaqisa abantu abaningi jengoba wayengumfundisi, ubuholi benhlangano ye IFP nabo abusalanga ngaphandle ukuzothamela lelicala njengoba usodolobha wase Mhlathuze Xolani Ngwezi ubekhona ehambisana nobuholi be IFP namulungu enhlangano.
lelicala lihlahlele umhlaka 23 kulenyanga njengoba kusekhona uphenyo olugqubekayo.
Discover more from IBUNDA NEWS
Subscribe to get the latest posts sent to your email.
