
Sbusiso Rhee Zuma owazakhela igama ku African Wanderers FC, Orlando Pirates, Copenhagen FC yase Denmark ukholwa ukuthi Mamelodi Sundowns FC izonqoba kumnyama kubomvu ku Wydad Athletico. Bayiqembu elidlala kahle kakhulu kodwa bafike ekugcineni manje, ngoba abadlali beqembu lase khaya Mamelodi Sundowns FC bazoba sebebuyile ekade belimele abafana no Peter Shalulile ongumgadli ongalibheki ipali, Mamelodi Sundowns FC yahlulwa ekuhambeni ngamagoli amabili kwelilodwa, lenkomishi ye CAF Super Cup, idlalwa okukuqala Africa, lamaqembu azohlangana emdlalweni wamanqamu ePitoli emlezeni wesibili, kulindeleke ukuthi Mamelodi Sundowns FC iqubule lendebe ngesonto.
Discover more from IBUNDA NEWS
Subscribe to get the latest posts sent to your email.
