
Umhlengikazi mbumbulu obesebenza njengo-Radiographer esibhedlela saseGqeberha ugwetshwe izimpelasonto ejele
U-Asisipho Mbekela 27 ugwetshwe amahora angu-2000 ebhadla ejele. Kuyisigwebo sezikhathi ezithile esizosiza ukuthi abophe futhi ancelise indodana yakhe phakathi nezinsuku futhi abike enkonzweni yokuHlunyeleliswa kwezimilo njalo ngoLwesihlanu ntambama futhi abhukhelwe ukuphuma ngeSonto ntambama.
U-Asisipho Mbekela usebenze njenge-Radiographor esibhedlela saseGqeberha eneziqu zomgunyathi. Kuthiwa wafeyila amamojula amathathu kwamane kodwa waya emcimbini wokuthweswa kweziqu wahlatshwa umkhosi ngomunye wothisha bakhe nobaziyo ukuthi akufanele abe khona.
About The Author
Discover more from IBUNDA NEWS
Subscribe to get the latest posts sent to your email.
