
Amaphoyisa atheleke kezinye sezitolo esiphethwe abantu bakufika wase-Somali athola ukuthi ukudla okudayisa kelesitolo akumele ngabe kudayiselwa umphakathi. Ezinyengane ezedlule sekuqubuke imibhikisho mayelana nezitolo zabantu bokufika ezidayisela abantu ukudla noma sekudlulelwe isikhathi. Ngisho osopolitiki balana enNingizimu Afrika sebeqalile ukuhlaba ikwelo mayelana nokudayiselwa komphakathi izinto esezidlulelwe sikhathi. Kukaningi sizwa amacala abala ukushona kwezingane, ukugula kwabantu ngemuva kukuthi badle ukudla abakuthenge kulezitolo. Kule vidiyo sibona amaphoyisa eqakisana ekhipha iziphuzo zomgunyathi espaza shop esiphethwe umuntu wokufika.
@ibunda_za BUKA: Amaphoyisa ekhipha iziphuzo zomgunyathi espaza shop sabokofika. #Ibunda #IbundaNews #IbundaIzindaba follow us @ibunda_za ♬ original sound – ibunda_za
About The Author
Discover more from IBUNDA NEWS
Subscribe to get the latest posts sent to your email.
