
Kubanjwe owesifazane oneminyaka engu 60 ubudala ubephethe insangu engalinganiselwa ku R400. 000 ngenani lasemgwaqeni, esikhumulweni sezindiza OR Tambo international Airport lona owesifazane amaphoyisa ancinzwe indlebe ngabathile ngalomama. Imbokodo ebomvu ifike yamcaphuna lapho kubhenyelwa khona, ngokusho okhulumela oklebe Katlego Mogale “lomama”owesifazane ubephethe insangu engalinganiselwa ku R400. 000 ngenani lasemgwaqeni, lowesifazane uzovela namuhla enkantolo yase Kempton Park akuqondakali ukuthi lomthunzi wezinkukhu ubezowudayisa kuliphi izwe njengoba ebanjiwe nawo.
About The Author
Discover more from IBUNDA NEWS
Subscribe to get the latest posts sent to your email.
