Esitatimende esikhishwe yi-EFF eKZN mayelana nesamba semali engu-R33 million okusolakala ukuthi ishoda esikhwameni sikamasipala iZululand […]
Category: Izindaba
Umlisa waseManzimtoti osolwa ngokubulala unkosikazi wakhe ngenxa yemali yomshwalense
Ubhekene necala lokubulala nokukhwabanisa owesilisa okuthiwa waklinya unkosikazi wakhe owayengumfundisi e-NG Kerk Suidkus emzini wabo […]
Kuboshwe ababulali abangu-214 eKZN ngesikhathi samaholidi kaKhisimusi
Kuwo wonke uZibandlela wezi-2023, ngesikhathi samaholidi esiphithizelayo, amaphoyisa aKwaZulu-Natal (KZN) abophe abasolwa abayizi-10 622 ngempumelelo […]
AbakwaTransnet banenkinga yokuphuma kukajantshi wesitimela ngaseMpangeni
Ukunqamuka kukagesi okuhlasele eRichards Bay ngoMgqibelo ebusuku kuze kube yiSonto ekuseni kubukeka kuyimbangela yengozi yesitimela. […]
Usevumbuke kuMK Party uZiba Jiyane
UZiba Jiyane, owayenguSihlalo kazwelonke we-IFP usejoyine i-MK Party esekelwa owayenguMengameli Jacob Zuma. UJiyane usanda kuqinisekisa […]
Isoka nosongadi bavele eNkantolo ngecala lokubulala ngesihluku intombi nendodana
Amadoda amabili abekwe amacala okubulala ngesihluku uNadine Terblanche nendodana yakhe uRuandré Vorster, abatholwa beshonile emzini […]
Ubumengameli bukaRamaphosa bubhidliza iJSE nerandi
Umnotho waseNingizimu Afrika ubulokhu untengantenga kusukela uMengameli uCyril Ramaphosa athatha izintambo ngoFebhuwari 2018, okufakazelwa wukungenzi […]
Amaphoyisa amane aboshelwe icala lokubulala e-Eastern Cape
I-Independent Police Investigative Directorate (IPID) isikuqinisekisile ukuboshwa kwamaphoyisa amane ePublic Order Policing (Pop) ngecala lokubulala […]
Sekuqubuke iCholera eLimpopo kutholakala amadoda amabili aseZimbabwe naleligciwane
Abesilisa ababili beZimbabwe abakade bevakashele ezweni labo emkhosini wokuvala umnyaka batholakale nesifo sohudo ngemva kokubuyela […]
Izakhamizi zaseDiepsloot zifuna kuthathwe zinyathelo
I-Diepsloot, ilokishi elisenyakatho neGoli, isiphinde yagcwala ukwesaba nentukuthelo ngemuva kokudutshulwa kwabulawa abantu abane ezigamekweni ezahlukene […]
