
Sekuphele izinsuku ezingu-82, amanyuvesi enqaba ukuletha uhlu lwabantu abaqashiwe abavela kwamanye amazwe.
Iyashisa insimbi kuSihlalo weKomidi lePhothifoliyo Lezemfundo Ephakeme Nokuqeqeshwa, uMhlonishwa uTebogo Letsie. Mhla ziyi-18 kuNdasa wezi-2026, iPhalamende lacela amanyuvesi aseNingizimu Afrika ukuthi alethe uhlu oluphelele lwabantu bangaphandle abaqashwe njengabasebenzi bezemfundo ngenxa yokukhathazeka okuveziwe mayelana nezinqubo zokuqasha.
Kusukela namuhla, ziyisi-8 kuJuni 2026, sekuphele izinsuku ezingama-82 kusukela ngalowo mnqamulajuqu. Abantu baseNingizimu Afrika bacela isiqiniseko ukuthi sokuthi izikhungo ziyawuthobela yini lo myalelo, futhi uma kunjalo, zingaki izifundiswa zakwamanye amazwe ezihlonzwe kuwo wonke amanyuvesi.
About The Author
Discover more from IBUNDA NEWS
Subscribe to get the latest posts sent to your email.
