
OwayeyiNhloko yakwa-PRASA, u-Engineer Daniel Mtimkulu, ugwetshwe iminyaka engu-15 ebhadla ejele ngokuqamba amanga ngeziqu zakhe nokudala umsebenzi ongelona iqiniso enkampanini yaseJalimane ukuze kwenyuswe iholo lakhe.
UMtimkulu, owake wahlonishwa njengonjiniyela abafunde kakhulu eNingizimu Afrika, waqamba amanga wathi uneziqu ze-master azithola eNyuvesi yaseWitwatersrand kanye neziqu zobudokotela kwi-Engineering Management azithola eTechnische Universität München eJalimane.
Discover more from IBUNDA NEWS
Subscribe to get the latest posts sent to your email.
