
“Sithanda ukucacisa ukuthi abadlali kuvidiyo abazange babheje. Ividiyo ithwebule umzuzu omncane phakathi kozakwethu bethi babheje ngomdlalo we-English Premiership. “Njengeqembu, sazi kahle ukuthi imithethonqubo mayelana nokubheja”. Lawa ngamagama asesitatimendeni seqembu lezimnyama ngesikhathi ibhula amahlebezi okugembula kwabadlali bayo.
I-Orlando Pirates iphendule i-video esabalele ezinkundleni zokuxhumana, lapho abanye abadlali bebonakala bexoxa ngokubheja.
Nazo 👎 listen very carefully please pic.twitter.com/fQOlTOQCz4
— Mangethe, Malume….. (@JTjikeu) May 15, 2024
Discover more from IBUNDA NEWS
Subscribe to get the latest posts sent to your email.
