
Uthulise umoya kubantu abangamthembi umgadli we Bafana Bafana ne Orlando Pirates. Makgopa ubeshaya igoli lakhe lokuqala ku African Cup of Nations. abalandeli bebhola bakuleli kade besho ngembaba igama lokuthi ngabe uthathweleni kwashiywa uKhanyisa Mayo ongumgadli we Cape Town City.
Kodwa lomgadli we Orlando Pirates ubonakala eyibambe kahle, njengoba uyabona ukuthi khona ukuhlangana kahle nabadlali base swini.Mak
Njengoba uThemba Zwane umphasele ibhola elihle wahlula offside walivalela phakathi. Makgopa ulandela kubagadli abafana no Lesley Manyathela, Andries Sebola, bonke labagadli baqhamuka Limpompo.
Discover more from IBUNDA NEWS
Subscribe to get the latest posts sent to your email.
