
OwayenguMengameli wezwe, uMnuz Jacob Zuma, ngesibindi uthembise abaholi bomdabu ukuthi uma i-MK Party ithatha izintambo zombuso, abaholi bomdabu bayoba nezwi ekuphathweni kwezwe. Uthe abaholi bomdabu banezwi ngaphambi kobukoloni futhi uma lokho kungenzeki manje, iNingizimu Afrika ngeke ithi ikhululekile. UZuma ukhulume nabaholi ngesikhathi behambele eNkandla izolo.
WATCH: Former President Jacob Zuma boldly promising traditional leaders that when the MK Party takes power they (leaders) will have a say in the running of the country. He said the leaders had a say before colonialism and if that does not happen now, South Africa cannot claim to… pic.twitter.com/i5j9PJjoFz
— Sihle Mavuso (@ZANewsFlash) January 18, 2024
Discover more from IBUNDA NEWS
Subscribe to get the latest posts sent to your email.
