[BUKA] OwayenguMengameli wezwe uMnuz Jacob Zuma ekhuluma emhlanganweni webandla lakwaShembe

OwayenguMengameli wezwe uMnuz Jacob Zuma ekhuluma emhlanganweni webandla lakwaShembe ngaphandle kweTheku namuhla. Uthe ukhishwe esikhundleni isikhathi singakafiki ngoba ezama ukusiza abahlwempu. Uthe ukuziphatha kwabanye abantu kumphoqe ukuthi abuye kwezombusazwe (funda iMK Party) ukuze axazulule izinkinga zabampofu.


Discover more from IBUNDA NEWS

Subscribe to get the latest posts sent to your email.