
Amaqembu amakhulu aseNingizimu Africa okuyi Kaizer Chiefs kanye ne-Orlando Pirates, bazodlala namaqembu amabili aqhamuka ezweni lase India. Lemidlalo izodlalwa njengoba kuqhubeka imidlalo ye-African Cup of Nations.
Lemidlalo ibizwa ngokuthi yi Connect Tournament, kodwa lemidlalo ayikamenyezelwa usuku. Lamaqembu awaqali ukwakha ubuhlobo namaqembu angaphandle njengoba phambili, ake abanobuhlobo namaqembu afana no AC Millan, Liverpool, Arsenal, Manchester United, Leeds United, kanye namaqembu ase-Africa.
Discover more from IBUNDA NEWS
Subscribe to get the latest posts sent to your email.
