
ULebogang Mokoena owazakhela igama ku Orlando Pirates uthi watshelwa ukuthi akangene emontweni ngu Mike Maakab owayemenenja yakhe, kodwa wangamtshela ukuthi bayakuphi wabona esengena emahhovisi eMamelodi Sundowns FC, wafika wasayiniswa inkontileka naleliqembu lase ePitoli, namanje angazi ukuthi ngashiyiswelani ku Orlando Pirates kuzibuza Mokoena, ngabuyela emuva ngathola ukuthi Orlando Pirates ayibanga nayo inkinga, yanginika amaphepha ami angikhululayo, Mokeana waqala ukugqama ebholeni elikhokhelwayo ku Orlando Pirates ngesikhathi somqeqeshi Costadic Papic, owayegabe ngabadlali abancane abagijimayo abahlaselayo abafana no Joseph Dukuduku Makhanya, Lesley Manyathela, Walaza, Patrick Thwala, Bennett Chenene, Tso Vilakazi, Mokoena, Mokoena uphinde waveza ukunami kwakhe ngokubibikho eqenjini le Mamelodi Sundowns FC elaqubula CAf Champions League ngenxa yokulimala. Mokoena ugcine ebholeni ku Moroka Swallows FC.
Discover more from IBUNDA NEWS
Subscribe to get the latest posts sent to your email.
