Amaciko ase Mgungundlovu azosina adedelane

Amaciko yaseMgungundlovu azobe esina ededelana kuloZibandlela Njengoba unyaka usuyela ngasekupheleni endaweni yaseMgungundlovu amaciko akhona azobe eveza imisebenzi yabo, ngomhlaka 21/12/2023 eCity Hall kusukela ngo 10:00 bese kuphela ngo 17 :00 inhloso ukuveza imisebenzi yamaciko. Ukuveza imisebenzi yamaciko njengoba umnyango wezemidlalo namaciko namasiko KZN oholwa uDr Ntuthuko Mahlaba bebambisena beno CCIFSA Kanye neforum ngo kusho komnyango ukuthi kube khona ukubambisana ukufukula amaciko aye phambi kuzobe kungemnwa ngokusho kwasekelo usihlalo uMnu Mvuselelo Mthembu.

Abaculi asebemgatshumbomvu a azobe banandisa Mbuzeni Mkhize wase Richmond ocular umaskanda uSlue waseMpofana ocula afro pop oqokiwe kwizingoma ziyishumi oKhozini Fm uqokwe ngengoma ethi ithemba.


Discover more from IBUNDA NEWS

Subscribe to get the latest posts sent to your email.