UMabhuti Khenyeza uchitha izinsolo sokushiya ku Golden Arrows

UMabhuti Khenyeza ongumqeqeshi we Golden Arrows uxoxisane ne Mpempe. Com ngoba oluthinta yena oluphume kuleli phephandaba. lokuthi kungase alishiye leliqembu ngenxa yokuthi khona isikhulu nomdlali ogxambukela emsebenzini wakhe, mina akekho mfowethu umuntu ogxambukela emsebenzini wami, iqiniso ukuthi iqembu alenzi kahle kulezinsuku, abantu abaqonde ukuthi mina ngikhulele kuyona Golden Arrows, ngaqala ukudlala ibhola elikhokhelwayo kuGolden Arrows ngaphinda ngawaphanyeka kuyona amakhokho ethala, kimina kusekhaya lami lesibili, bonke abasebenzi nabadlali beqembu le Golden Arrows bayangiqonda ukuthi ngisebenza kanjani, abantu bayathanda ukusebenzisa izinhloso zabo ngendlela engekho, iqembu nomangabe yiliphi liyehlelwa ngumgqigqo njengoba ubona no Manchester City, Barcelona, Ajax Amsterdam,Real Madrid, ngakho nathi sificwe yilesosikhathi, uzokhumbula ukuthi siyiqale kahle lesizini. abantu ngeke bakuthande bonke ungeyona imali, abafana bazobuyela emgqigqweni osasilahlekele, khomanjalo i Golden Arrows ilungiselela umdlalo we Dstv Premiership ne Orlando Pirates ngesonto eMpumalanga Stadium ngo 15 :00, aBafana Besithende basalahle imidlalo emine yakamuva kulindeleke ukuthi bavuke nge Orlando Pirates edlala kahle kulamalanga, iGolden Arrows iyawadinga kakhulu lamaphuzu amathathu njengoba idlalela ekhaya,


Discover more from IBUNDA NEWS

Subscribe to get the latest posts sent to your email.