ubalisa ngokubhidlika komshado wakhe wokuqala

ULucky Mhlathe owazakhela igama eqenjini le Jomo Cosmos. nophinde abengumhlaziyi webhola esiteshini sikamabonakude Super Sports tv , ubalisa ngokubhidlika komshado wakhe wokuqala, ukuya kwe Jomo Cosmos ku National First Division ( NFD) kwaqala kwehla umholo kwajika endlini kwaba muncu kunkosikazi ngemuva kwalapho ngabiza umndeni ukuthi sizoxoxa ngodaba lomkami nami, saxoxa singumndeni waqoma ukuthi uyahamba ngempela, ngempela wahamba wabuyela kubo, kodwa nganginezimonto ezimbili ngilifaka isaka endlini, ukuhamba kwesikhathi wafuna ukubuya kodwa ngamunqabela njengoba wathi wathatha isinqumo esingesiso, manje ucela uxolo kuMhlathe kodwa walenqaba ngoba ekhala ngokuthi wayengathembekile kuyena wayemthandela imali, wayengenalo uthando lokuba ngumfazi ozobekezela adle lokhu okudliwayo ekhaya kuze kulunge isimo, njengoba Mhlathe wagcina ku Jomo Cosmos esengumxhumanisi nabezindaba


Discover more from IBUNDA NEWS

Subscribe to get the latest posts sent to your email.