
Happy Jele ubona ukuthi osebenze kanzima nguyena ozonqoba Carling Black label Knockout Cup kusasa eMoses Mabhida Stadium, lamaqembu adlala kahle womabili kunzima ukusho ukuthi ngabe yiliphi iqembu elizonqoba ngoba lamaqembu adlala kahle kakhulu, mangabe ubona ukuthi iqembu le TS Galaxy linqobe amaqembu amakhulu, afana ne Mamelodi Sundowns FC, iSikhukhune United, AmaZulu FC, ne Stellenbosh FC sinqobe amaqembu amakhulu njengoba sinqobe iChippa United, Polokwane City, Richard Bay FC, abadlali balamaqembu ngikholwa ukuthi bayilambele lendebe, kubadlali abaningi be TS Galaxy khona abaseke bawanqoba ama Cups kwamanye amaqembu ahlukene.
About The Author
Discover more from IBUNDA NEWS
Subscribe to get the latest posts sent to your email.
