
Umqeqeshi we Stellenbosh FC uSteve Barker ukholwa ukuthi ukuhlulwa kwabo emdlalweni yowandulela owamanqamu izikhathi ezimbili kuzobasebenzela kulomdlalo wanamuhla we Carling Black label Knockout Cup eKing Zwelithini Stadium lapho bezodlala khona ne Stellenbosh FC. Stellenbosh FC sahlulwa kowamanqamu amanqamu yi Sikhukhune United kowe Nedbank Cup, baphinde bahlulwe yi Orlando Pirates kowe MTN 8 Cup, leliqembu lidlala kahle kakhulu njengoba ligijima ngabadlali abancane abaphuma enkulisa yalo.
About The Author
Discover more from IBUNDA NEWS
Subscribe to get the latest posts sent to your email.
