
Umqeqeshi we Richard Bay FC Kaitano Tembo ukholwa ukuthi bazobhekana neqembu elinzima kakhulu emdlalweni womkhumulajezi namuhla enkulu iKing Zwelithini Stadium lapho bezodlala khona ne Stellenbosh FC, leliqembu liyiqembu elidlala kahle kakhulu njengoba selike lanqoba Orlando Pirates emdlalweni womlenze wesibili we MTN 8 Cup, leliqembu lase Richard Bay libhekene nomsebenzi wokunqoba lenkomishi okukuqala ngaphansi kwe Dstv Premiership League njengoba lizoqala isizini yesibili likhona, lidlala kahle kulomgqudelwano njengoba liqale lakhipha i Moroka Swallows FC ne Orlando Pirates,
Discover more from IBUNDA NEWS
Subscribe to get the latest posts sent to your email.
