
Osomatekisi abavela ko Association abehlukene Empangeni okubalwa noBhukhanana no EMelmoth nabanye, bathe sebekala bakhululeke selokhu uBhuti kaMatrone uVika Biyela wabaleka waya ekubhaceni emva kokuthi efunwa amaphoyisa angabaphathi ozankosi NIU.
Osomatekisi bathi sebelala bekhululeke, angithi uVika kuthiwa ubemdibi munye Nonkululeko Mkhize owadutshulwa amaphoyisa eZimbali. Kubikwa ukuthi uVela Biyela ke ubeqoqa izimali Komama bamatafula abangenzi Nzuzo etheni, kanjalo nasemarank kunezizumbulu ebezihlanganiswa zihanjiswe kuyena ongakhiphanga leyomali ubeyisutha inhlamvu. Kanti nabafana bamauber a bagqoka izikhindi bangagezi bebekhokhiswa nabo njalo ngenyaka.
Kubikwa ukuthi kumlisa womdabu wasendiya obenamabhasi yena ubekhokha uR50 000 njalo ngenyanga kuVika Biyela. Kanti namacompanies amakhulu ubeqhwaga umsebenzi wama Tender aphinde afake abantu ngo dli enkampanini basebenze.
Bathi ke Osomatekisi bafisa sengathi engatholwa lomfo aboshwe ngoba uyingozi nabo bamsabisa okwenyoka.
Discover more from IBUNDA NEWS
Subscribe to get the latest posts sent to your email.
