
Unkosikazi kalowo owayenguMongameli wokuqala omnyama eMelika, uMn. uBarack Obama, uNksz uMichele Obama ubonakale eNingizimu Afrika, eKapa egqoke ingubo enhle yendlu yenqephu edumile ye-Maxhosa Africa. “Unkosikazi Wokuqala ohloniphekile….Ubukeka emuhle” ezinye zezincomo kubantu bangawuvali umlomo ngenxa yendlela emfanela ngayo ingubo. Kanti abanye besebemqambe ngisho igama lalapha eNgingizimu Afrika, besho nokuthi akasale esazinza kulelizwe ngoba bambona njengongxenye yabo.
“Kodwa ungumXhosa nje lomuntu” kubhala @RTmmane kuX (Twitter).
But she is Xhosa moes
— R🇿🇦 (@RTmmane) November 17, 2023
About The Author
Discover more from IBUNDA NEWS
Subscribe to get the latest posts sent to your email.
