
IMamelodi Sundowns FC iqophe umlando omusha ebholeni lase Africa, ngesikhathi inqoba ku Waydad AC ngamagoli amabili eqandeni avalelwe enethini ngo Peter Shalulile no Aubrey Modiba, lomdlalo uphele ngamagoli amahlanu njengoba Mamelodi Sundowns FC inqobe ngo 3-2 sekuhlanganiswa umdlalo wokuqala nowesibili we Africa Football league kowamanqamu. leliqembu lika Patrice Motsepe liqopha umlando kanjena lifeze iphupho lika Patrice Motsepe owatshela abezindaba ukuthi ufuna ukukhonya ezwenikazi lase Africa, iMamelodi Sundowns FC isinqobe CAf Champions League ngo 2016, ngo 2017 yanqoba CAf Super Cup, ngo 2023 yanqoba Africa Football league, lendebe ihambisana nesamba semali engu R 76 Million, khona manjalo kuzokhumbuleka ukuthi amaqembu ase Egypt, Morocco, Algeria, Tunisia, DRC Congo kade bekhonya kuleminyaka edlule njengoba Ahly iyona esanqobe kaningi CAf Champions League kulandele Zamalek FC, TP Mazembe,
About The Author
Discover more from IBUNDA NEWS
Subscribe to get the latest posts sent to your email.
