
“Okwesibili engikubeke phambili uma sithatha uhulumeni, wukuxosha ingxenye yezisebenzi zikahulumeni” lawo ngamzwi omholi we-DA uJohn Steenhuisen abewakhuluma kwi-South Africa Europe CEO Dialogue.
USteenhuisen uthi Izindleko ezisetshenziswa abasebenzi bakahulumeni uma kuqhathaniswa nemali engenayo ye-GDP okwamanje zilinganiselwa ku-60%. Sifuna ukuthi leyo ngxenye yehliswe, ifinyelele cishe ku-32- 35%.”
Kudingeka sisuse bonke abanye abasebenzi. Siphinde sikhokhele ongoti abangaba ngu-55 000 abanamakhono aphezulu abangabasebenzi boMbuso (abantu abamnyama yibona abaningi) ngaphezu kuka-R1m ngonyaka. Kumele sehlise amaholo abo.
Discover more from IBUNDA NEWS
Subscribe to get the latest posts sent to your email.
