
UNobhala-Jikelele we-African National Congress, uFikile Mbalula, ugxeke isikhulu sakwa-Investec, uFani Titi. UTiti usanda kugxeka i-ANC ukhwele wadilika kohulumeni we-ANC enkulumweni yakhe e-Gordon Institute of Business Science eGoli ngeledlule.
“Abantu baseNingizimu Afrika kumele basebenzise ukhetho lwangonyaka ozayo ukuvotela osopolitiki “abangenamsebenzi” abahlulekile ukubeka phambili imisebenzi nokuqhuba ukutshalwa kwezimali, bakhethe abaholi abazobuyisela umnotho odonsa kanzima esimeni, ngokusho komunye wamabhange aphezulu kuleli. “Kufanele ube nohulumeni osezingeni eliphansi futhi angicabangi ukuthi okwamanje sesiseduze,” kusho isikhulu esiphezulu se-Investec Group uFani Titi.
UMbalula akabange esapholisa maseko waele naye wakhwela wadila kuTiti ethi okukuqala yibona njongo ANC abenza ukuthi aqashwe.
BUKA:
“
About The Author
Discover more from IBUNDA NEWS
Subscribe to get the latest posts sent to your email.
