
Izakhamuzi zase-Zimbabwe ezihlala emazweni angomakhelwano zibhekene nenkinga yezakhamuzi ezishonela kulamazwe njengoba bagcina sebefihlelwa kulawomazwe kusho Titus Nxumalo wenhlangano Givers Care. Ekhuluma ne-Ibunda uthe “kunzima kakhulu njengoba khona abantu base Zimbabwe abashonela emazweni afana ne Botswana, Swaziland, Lesotho, South Africa, Mozambique, Zambia, Malawi, basuke bengenayo imali. Abanye bagcina behlezi izinyanga eziningi kakhulu emakhazeni, abanye abanazo izimvumo zokuhlala khona lokho kwenza kube nzima kakhulu, manje nohulumeni wase Zimbabwe awusizi ngalutho ngalolusizi”,
About The Author
Discover more from IBUNDA NEWS
Subscribe to get the latest posts sent to your email.
