
Iziqashi zaseMarabastad Townlands zibhikishe ngoMsombuluko, 30 Okthoba zifuna ugesi nezokuphepha endaweni.
Bashisa amathayi balahla udoti phambi komnyango. Ngokusho kwabaqashi abathintekile, sebekhathele ukuhlala ngaphandle kukagesi futhi akukho lutho olusebenzayo, okubi kakhulu ukuthi kuyabanda.
Isiqashi uPatrick Tlou uthe kusukela ngoLwesihlanu, zingama-27 kuMfumfu, ubungekho ugesi ebhilidini, okwenza impilo yabo ibe muncu.
Discover more from IBUNDA NEWS
Subscribe to get the latest posts sent to your email.
