Umphakathi waseMhlazane ngaphansi kamasipala wase eMvoti, unxusa uhulumeni ukuthi bakhelwe umtholampilo kuleyandawo. Lomphakathi ukhala ngokuthi abantu abaningi...
Izindaba
Owesilisa oneminyaka engu-31 ubudala waselokishini elidume kabi eNanda enyakatho yeTheku uboshiwe ngecala lokubulala iphoyisa lezobunhloli ngoNovemba 2023....
INkantolo eNkulu yaseThekwini isichithile isinqumo esingekho emthethweni sikamasipala waseMdoni (Umzinto) ophethwe yi-ANC eningizimu yeKwaZulu-Natal sokuthi i-DA ihlukanisele...
USalim Essa, owake waba nguzakwabo kwezamabhizinisi nomndeni wodumo lwakwaGupta, ugixabezwe isikweletu sika-R2.6 billion yiSouth African Revenue Service...
Abesilisa ababili, abaneminyaka engu-26 no-35 ubudala, kulindeleke ukuba bavele eNkantolo yeMantshi yaseBrits ngamacala okutholakala nesibhamu esingekho emthethweni...
Owesilisa waseZimbabwe oweba imoto eGauteng wabanjwa eLimpopo ugwetshwe iminyaka eyisishiyagalombili ebhadla ejele yiNkantolo yesiFunda yaseMokopane ngoLwesihlanu. UCosmos...
I-KZN ihlaselwe yigagasi elisha lobugebengu olubandakanya abokufika kanye nemilutha yezidakamizwa edume ngokuthi “amaphara”. Sekuqoshwe umkhuba omusha KwaZulu-Natal...
I-SAP iyavuma ukugwazela izikhulu zakwa-Eskom eNingizimu Afrika, ikhokhe inhlawulo engu-$220 million. Isikhondlakhondla sezamakhompuyutha saseJalimane, i-SAP, ikuvumile ukuthi...
Ividiyo esisabale ezinkundleni zokuxhumana yephoyisa lomgwaqo lisola isiteshi samaphoyisa saseDouglasdale ngokwenqaba ukubhukha izimpahla ezintshontshiwe kuSAP 13. Amaphoyisa...
Indoda eneminyaka engu-30 ubudala esolwa ngokudlwengula abesifazane abangu-12 ezindaweni ezine ezihlukene esifundazweni zaseLimpopo iboshwe ngamaphoyisa. Umsolwa waxhunyaniswa...
