[BUKA] Iphoyisa lomgwaqo lisola isiteshi samaphoyisa saseDouglasdale

Ividiyo esisabale ezinkundleni zokuxhumana yephoyisa lomgwaqo lisola isiteshi samaphoyisa saseDouglasdale ngokwenqaba ukubhukha izimpahla ezintshontshiwe kuSAP 13.

Amaphoyisa e-SAPS aziphendulele athi lesi siteshi akusikho ukuthi besingafuni ukubhukha izimpahla kodwa besicebisa ukuthi impahla ibuyiselwe kumnikazi wayo osemthethweni ngokomthetho weSAP 299 ekubeni umnikazi wayo bese ehlonziwe.


Discover more from IBUNDA NEWS

Subscribe to get the latest posts sent to your email.