BABHEKENE noKhisimusi ongemuhle amakhulukhulu ababengaBasizi bothisha eKZN ngemuva kokuthi uMnyango wezeMfundo esifundazweni uhlulekile ukubanikeza amafomu e-UIF ukuze...
Izindaba
Empendulweni yakamuva yePhalamende, uCele uveze ukuthi uMnyango Wezamaphoyisa usebenzise imali engaphezudlwana kuka-R33,000 ngezindleko zakhe zokuhamba. UNgqongqoshe wamaPhoyisa,...
Okhulumela amaphoyisa uFrederick van Wyk uthe amaphoyisa abezulazula endaweni alunywe indlebe nokwaholela ekuboshweni kowesifazane, 49. Amaphoyisa okuvikela...
Owesilisa oneminyaka eko-30 ubudala ulimale kanzima ngemuva kokuhlaselwa ngesikhathi ecela ukuthenga kumsebenzi wocansi enkabeni yedolobha laseVerulam –...
Isela lethusi libe nesibindi sokubuyela endaweni liyontshontsha amanye amapayipi labe selibanjwa ngokushesha eMorningside, eThekwini. Lesisigilamkhuba sibanjwe onagada...
Umuntu oyedwa ulimale kanzima kwathi abathathu bathole imihuzuko ngemuva kokuba imoto ishayisa udonga kuVincent Dickenson Road eCanelands...
Umculi ongasekho uZahara akakangcwatshwa okwamanje, kodwa sekukhona izinkinga emndeni. Lo mculi wodumo bebethembisane umshado nendoda yakhe, uMpho...
Izigebengu uhambe nama-litchi, ukheshi nokhiye beveni iNissan ngesikhathi zibamba inkunzi zantshontshela umhwebi uVincent Dickenson Road eCanelands, KwaZulu-Natal....
Amaphoyisa abophe ikhansela leDA kumasipala wasoKhahlamba eKZN ngecala lomlilo obulale izingane zalo ezintathu nonkosikazi walo. Ekuqaleni bekusolwa...
KUBE yisiqalo esishaqisayo nesidabukisayo soSuku Lokubuyisana ngemva kokuba intombazane eneminyaka engu-13 ubudala ishaywe ngesihluku uyise ongamzali wayo...
